Typhoon lyrics

by

Sjava


[Intro: Sjava]
(Young2unn on the track)
Ung'phethe kahle
Ngith' ung'phethe kahle
Ngabe nginamanga
Ngabe nginamanga
Mangathi, mangathi-
Mangabe ngiyam'sukel' umntana omuntu

[Chorus: Sjava]
Akanaso is'vunguvungu
Akana typhoon
Permanent joy ntwana ngishay' i-tattoo
Akangingizi mayethi "I love you too"
Mina ngiyamthanda stru
Akanaso is'vunguvungu
Akana typhoon
Permanent joy mina ngishay' i-tattoo
Akangingizi mayethi "I love you too"
Mina ngiyamthanda stru
We goals like Suiii
Ngiyabheja ngawe dali ngifak' i-straight win

[Verse 1: Sastii]
(Oh)
Wi striker sami dali imina i-right winger (Ngidlala esaydini, udlala phambili)
Mang'nawe ang'deshi dali, ang'dingi i-dry ginger (Yelele ma)
We nkosazane, le Pansula liyaku-feela ma (Bathi uney' vunguvungu)
[Verse 2: LaCabra]
Bathi uney' vunguvungu angiy'boni (Angiy'boni)
Bathi angik'yeke angiy'khoni (Angiy'khoni)
Lenqola esiy'phushayo abayifoji
Nalento yokukipita dali
Ngithеmbe ngizoy'shintsha dali
Ngiyotshel' ubhuti kamama ukuthi ntambama
Kumelе sibale izinkomo siyokulanda
Nalento vokush*tha dali
Ngithembe ngizoy'shintsha dali
Ngifun' ubhuti kamama ezokhuleka kini
Ngakusasa umfowenu engibize usibali

[Chorus: Sjava]
Akanaso is'vunguvungu
Akana typhoon
Permanent joy ntwana ngishay' i-tattoo
Akangingizi mayethi "I love you too"
Mina ngiyamthanda stru
Akanaso is'vunguvungu
Akana typhoon
Permanent joy mina ngishay' i-tattoo
Akangingizi mayethi "I love you too"
Mina ngiyamthanda stru
We goals like Suiii (Mina nawe siyasebenza)
Ngiyabheja ngawe dali ngifak' i-straight win
[Verse 3: Lowfeye]
Angifuni uy'boleke
Ngifun' uy' owne dali ang'fun' uy'boleke (Eyami inhliziyo)
Wenz' inqond' iphole
Awung'fakel' uk'shisa ngise Poland (Udali akana typhoon)
Yeah, you bring me peace
Ung'lethel' uk'thula
You're my remedy mangigula

[Verse 4: Blue Pappi]
Udali akavunguzi akus' uDineo
Akang'thunik' owami ung'qeda inhlungu
Mina kuyena ngibon' umendo
Akathukuthel' owami s'ningi is'neke
Ngiyam'bong' uMdali nawe angil' dizevi lothando
Inhliziyo ishay' umlando
Umoya wakho ungathi ulwandle entambama mama

[Chorus: Sjava]
Akanaso is'vunguvungu
Akana typhoon
Permanent joy ntwana ngishay' i-tattoo
Akangingizi mayethi "I love you too"
Mina ngiyamthanda stru
Akanaso is'vunguvungu
Akana typhoon
Permanent joy mina ngishay' i-tattoo
Akangingizi mayethi "I love you too"
Mina ngiyamthanda stru
We goals like Suiii
Ngiyabheja ngawe dali ngifak' i-straight win
A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #
Copyright © 2012 - 2021 BeeLyrics.Net