Enamehlo lyrics
by Blxckie
Eyy bathi body to body
My lovey
Uyazi mawunami
Kumnandi sweet lami
Ngizo kwenza njani mawungasekho
Ngizo kwenza njani mawungasekho
Eh ngidinga ingubo enamehlo mehlo enamehlo
Ngidinga ingubo enamehlo mehlo enamehlo
Girl you’re the one for me no one better
Lendlela ong’thintayo eyy uyang testa
Ungang’valeli ngaphandle eyy Ngiyaku’themba
Kusa yimina omthandayo eyy remember
Ay my lovey, Uyazi mawunami
Kumnandi sweet lami
Ngizo kwenza njani mawungasekho
Ngizo kwenza njani mawungasekho
Eh ngidinga ingubo enamehlo mehlo enamehlo
Ngidinga ingubo enamehlo mehlo enamehlo
Ngiyazi buza ngiyazi phendula
Uma nami uzozi phatha na
Yimi nawe uma kushona ilanga
Sobabili sobabili
Uthando lwangempela
Siku vutho ndaba
Yekela Labo ndaba
Ngitshele ke dali we
Ngitshele kimi nawe ke
Obani othole ama qondana
Phela wathi uzong phata kahle
Ngitshele ke dali we
Ngitshele kimi nawe ke
Mase ngi ngasekho
Wena okholelwa ngokubona maseko
Eyy bathi body to body
My lovey
Uyazi mawunami
Kumnandi sweet lami
Ngizo kwenza njani mawungasekho
Ngizo kwenza njani mawungasekho
Eh ngidinga ingubo enamehlo mehlo enamehlo
Ngidinga ingubo enamehlo mehlo enamehlo