Omunye lyrics
by Big Zulu
[Verse 1: Big Zulu]
Sawubona ngane yomuntu
Unjani mntwana womuntu?
Lapho ukhona, ngiyalubona olwami uthando
Sawubona ngani yomuntu
Uyaphila mntwan' womuntu? (Hey)
Lapho ukhona, ngiyalubona olwami uthando
Cela ukusondela kuwe
Ngibeke amabili amathathu amagama
Lapho ukhona, ngiyalubona olwami uthando
[Chorus: Big Zulu]
Angisam'boni (Hayi, hey)
Nguwe wedwa dali (Hayi, hayi)
Angisam'boni (Hayi, hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume (Hayi, hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Angisam'boni (Hayi, Hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume (Hayi, hayi, Hhy)
(Omunye Omunye Omunye)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume (Hay, hey)
[Verse 2: Sjava]
Uyazi ngikhumbula ngiqala ukukubona
Ufake iduk' eliluhlaza
Kuvele ibrazilian ngahlanya
Ngathi dudlu ntombazane
Wavele wamamathеka
We ntombi ngicela
Simbathe ndawonyе
Sithandane engathi singabandawonye
Olwami uthando luney'mpande
Ubatshele awumbiwa ndawonye
Wena ngaku nikwa ithongo
Umndiki nomndawo
Othinta wena kuqhuma inganono
Injure one injure all
Wena ntombi ngiyakuthanda
Ngifunga umama
Futhi sengimdala, anginaso isikhathi sokudlala
Dali ngiyafunga indandatho ngizoy'faka
Ngihlobise isandla sakho
[Chorus: Big Zulu]
Angisam'boni (Hayi, hey)
Nguwe wedwa dali (Hayi, hayi)
Angisam'boni (Hayi, hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume (Hayi, hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Angisam'boni(Hayi, Hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume (Hayi, hayi, Hhy)
(Omunye Omunye Omunye)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume (Hay, hey)
[Verse 3: Big Zulu]
Gege legege ndoni yamanzi
Uxolo ukuk'phaphela
Ngihamba ngenkabi emhlophe
I-two point six ngicel'ithuba
Kodwa nginalo i-325
Lipake endlini ne 333
Ngingusomatekisi
Ngiginqi isondo i-87
Mntano'muntu angiganiwe
Ngivume njena ntombi angithathiwe
Inhliziyo ayi gangile
Sondela dali ngihluleke ngizamile, hay
Angiphuzi angibhemi straight mina
Drive itaxi angiceli mina
Nkomo zika baba azipheli kumina
Cela uthando angibheji mina
[Chorus: Big Zulu]
Angisam'boni (Hayi, hey)
Nguwe wedwa dali (Hayi, hayi)
Angisam'boni (Hayi, hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume (Hayi, hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Angisam'boni(Hayi, Hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume (Hayi, hayi, Hhy)
(Omunye Omunye Omunye)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume (Hay, hey)