Umoya Wam lyrics

by

De Mthuda



Kukhona abangakwazi ukumbonga
Kukhona abangazange balithola
Ithuba lokumbonga
Njengoba esaphila (Njengoba esaphila)
Kukhona abangakwazi ukumbonga
Kukhona abangazange balithola
Ithuba lokumbonga (Ithuba lokumbonga)
Njengoba esaphila (Njengoba esaphila)

Ngithand’ ukubonga kubazali bam basaphila
Mina ngibong’ mama owangigcina
Sahlupheka sonke saphila
Kodwa manje bheka sengila
Ngoba mama washo wathi mfana
Bambelela konke kuzolunga
Themba eNkosini nje kuphela
Ngithand’ ukubonga (Kubazali bam basaphila)
Mina ngibong’ mama owangigcina
Sahlupheka sonke saphila
Kodwa manje bheka sengila
Ngoba mama washo wathi mfana
Bambelela konke kuzolunga
Themba eNkosini nje kuphela

Kukhona abangakwazi ukumbonga
Kukhona abangazange balithola
Ithuba lokumbonga (Ithuba lokumbonga)
Njengoba esaphila (Njengoba esaphila)
Ngisadela ithuba we
Mina ngibonga mama we
Owangilеtha emhlabeni
Sengiyakwazi ukubasеla ngengoma we
Mina ngibonga mama we
Owangiletha emhlabeni
Sengiyakwazi ukubasela ngengoma
Futhi ngiyathemba ukhuselel' umoya wakho
Umoya (Umoya wakho)
Futhi ngiyathemba ubuselel' umoya wakho we uwewe

Kukhona abangakwazi ukumbonga
Kukhona abangazange balithola
Ithuba lokumbonga (Ithuba lokumbonga)
Njengoba esaphila (Njengoba esaphila)

Ngithand’ ukubonga kubazali bam basaphila
Mina ngibong’ mama owangigcina
Sahlupheka sonke saphila
Kodwa manje bheka sengila
Ngoba mama washo wathi mfana
Bambelela konke kuzolunga
Themba eNkosini nje kuphela
Ngithand’ ukubonga (Kubazali bam basaphila)
Mina ngibong’ mama owangigcina
Sahlupheka sonke saphila
Kodwa manje bheka sengila
Ngoba mama washo wathi mfana
Bambelela konke kuzolunga
Themba eNkosini nje kuphela
Ngisadela ithuba we
Mina ngibonga mama we
Owangiletha emhlabeni
Sengiyakwazi ukubasela ngengoma we

Mina ngibonga mama we
Owangiletha emhlabeni
Sengiyakwazi ukubasela ngengoma

Futhi ngiyathemba ubuselel' umoya wakho
Umoya (Umoya wakho)
Futhi ngiyathemba ubuselel' umoya wakho uwe uwewe
A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #
Copyright © 2012 - 2021 BeeLyrics.Net