Amen lyrics
by Cici
[Verse 1: Cici]
Yonke leminyaka kudala ngihlupheka
Abantu bangihleka minangikabali
Kuphelile, bathi kuphelile
Mama mayefona "Mntanami kwemzenjani?"
Ngithi "Angisakhoni", athi "Ngizothandaza"
Kuphethiwe, kuphethiwe
[Pre-Chorus: Cici]
Ngoba emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina nangisakhuboni
Emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina angisakuboni
[Chorus: Cici]
Manje ngicula uAmeni, Amen, Amen
Baba ngiyabonga
Amen, Amen, Amen
Baba ngiyabonga
[Verse 2: Naledi Aphiwe]
Baba kubuhlungu ukusuka kwakho emehlweni ami mama
Kodwa ngizizwa ngibusisekile ngawe
Noma ungasekho emehlweni yami
Ngifisa nokuboleka ifoni yasezulwini
Nami ngizame ukufonela uMdali
Ngithole ithuba loluxoxa nawe
Ngoba mama kuningi, mama kuningi, mama kuningi
[Pre-Chorus: Cici]
Ngoba emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina nangisakhuboni
Emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina angisakuboni
[Chorus: Cici]
Manje ngicula uAmeni (Amen, Amen, Amen), Amen, Amen
Baba ngiyabonga
Amen (Ooh), Amen, Amen
Baba ngiyabonga