Kwelanga 2.0 lyrics
by Leemckrazy
[Chorus: Bassie]
Sengidibana nokushona kwelanga
Iinqumo zami zingisinda amahlombe
Ngihlangabeze ngokuphuma kwelanga
Ngiz'lungisele amaphutha am' nam’
Sengidibana nokushona kwelanga
Iinqumo zami zingisinda amahlombe
Ngihlangabeze ngokuphuma kwelanga
Ngiz'lungisele amaputha am' nam’
[Refrain: Bassie]
Ng’yoze ngiz'thobe
Khanyisa sengidibana noku
Shona kwelanga
Uku shona kwelanga
Uku shona kwelanga
Ng’yoze ngiz'thobe
Khanyisa sengidibana noku
Shona kwelanga
Uku shona kwelanga
Uku shona kwelanga
[Chorus: Bassie]
Sengidibana nokushona kwelanga
Iinqumo zami zingisinda amahlombe
Ngihlangabeze ngokuphuma kwelanga
Ngiz'lungisele amaputha am' nam’
Sengidibana nokushona kwelanga
Iinqumo zami zingisinda amahlombe
Ngihlangabeze ngokuphuma kwelanga
Ngiz'lungisеle amaputha am' nam’
[Verse 2: Tman Xpress]
Wol’bamba lingashoni
Woy’khanda banga boni
Izitha zami ziyithusel' ukwe gwala
Ngеndlela abang’ buka ngayo
Umang’ nyathel' amabala, Nkosi
Wol’bamba lingashoni
Woy’khanda banga boni
Izitha zami ziyithusel' ukwe gwala
Ngendlela abang’ buka ngayo
Umang’ nyathel' amabala, Nkosi
Bona bayi thatha bayibek’
Ng’funa bay’thinte bakebeze
Ngfun’ ukbashiya balimi
Ngoba bayi thinta bakebeze
Zinto zomhlaba zimile
Wena uyofika bamemeze
Bona bayi thatha bayibeke
Ngfun’ bayithinte bakebeze
(bakebeze, ngifun' bay’ thinte
Bakebeze, bakebeze)
Zinto zomhlaba zimile
(zinto zomhlaba zimile)
Bona bayithatha bayibeka
(bona bayithatha bayibeka)
Ng’funu bay’thinte bakebeze
[Chorus: Bassie]
Sengidibana nokushona kwelanga
Iinqumo zami zingisinda amahlombe
Ngihlangabeze ngokuphuma kwelanga
Ngiz'lungisele amaputha am' nam’
Sengidibana nokushona kwelanga
Iinqumo zami zingisinda amahlombe
Ngihlangabeze ngokuphuma kwelanga
Ngiz'lungisele amaputha am' nam’
[Verse 3: Leemckrazy]
Mmmh, oh bathini mani?
Ke Leemeke
Nami ngay’qala kukhanya
Kwaya-kwaya nga suffer-a
Stress sonke sigcwel’ ikhanda
Ngaze ngam’xoxel’ umama
Nami ngay’qala kukhanya
Kwaya-kwaya nga suffer-a
Stress sonke sigcwel’ ikhanda
Ngaze ngam’xoxel’ umama
Iimfundo zami zing’fundis'
Okwam’ nam'
Waw’kuphi nawe ngizok'
Xoxel’ ezam' nam
Ang'tholakali emabhukini
‘kaMdali
Seng'cela ushwele kubo
Bonke abazali
[Outro: Bassie]
Ng’yoze ngiz'thobe
Khanyisa sengidibana noku
Shona kwelanga
Uku shona kwelanga
Uku shona kwelanga
Ng’yoze ngiz'thobe
Khanyisa sengidibana noku
Shona kwelanga
Uku shona kwelanga
Uku shona kwelanga