ULala Kanjani lyrics

by

Leemckrazy


[Intro: LeeMcKrazy]
Ngoba kumnandi la ekhaya
Ngoba ziyakhipha la ekhaya
Nathi asikhoni ukulala weh
Asikhoni ukulala weh

Wena Ulala kanjani
Lana kumnandi ka soh
Wena Ulala kanjani
Utshwala buningi ka soh
Wena Ulala kanjani
Istoko sibhaya ka soh
Wena Ulala kanjani
Ku dlala uJaivane

Ngoba kumnandi la ekhaya
Ngoba ziyakhipha la ekhaya
Nathi asikhoni ukulala weh
Asikhoni ukulala weh

[Verse: Skandisoul]
Hhayi wemshayeli
Nawe uyang'bambezela
Ngiyofika nini eSimnandi
Hhayi wemshayeli
Nawe uyang’bambezela
Ngiyofika nini eSimnandi
Ngiyofika sebemnandi
Bonke abolova
Ngiyofika sebemnandi
Bonke abolova
Ngiyofika igroove isibambe ngakhona esimnandi
Ngiyofika igroove isibambe ngakhona esimnandi
Nawe Jaivane ung'bizeleni late
Nawе Jaivane ung'bizeleni latе

Hhayi wemshayeli
Nawe uyang’bambezela
Nginikela khona eSimnandi
Nginikela khona eSimnandi
Hhayi wemshayeli
Nawe uyang'bambezela
Hhayi wemshayeli
Nawe uyang'bambezela

Wena Ulala kanjani
Lana kumnandi ka soh
Wena Ulala kanjani
Utshwala buningi ka soh
Wena Ulala kanjani
Istoko sibhaya ka soh
Wena Ulala kanjani
Ku dlala uJaivane
Ngoba kumnandi la ekhaya
Ngoba ziyakhipha la ekhaya
Nathi asikhoni ukulala weh
Asikhoni ukulala weh
A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #
Copyright © 2012 - 2021 BeeLyrics.Net