Umsebenzi lyrics
by Zee Nxumalo
[Verse 1]
The disappointment
Sengikhatele ukuba umthwalo wakho, umthwalo wakho
I don't wanna go there
La ekhaya sesiphila ngamandla akho
[Pre-Chorus]
Oh mama, mama
Ngibonga uthando lwakho
Imfundiso zakho
Oh mama, mama
Ngibonga uthando lwakho
Kodwa manje ngiyahamba
[Chorus]
Mama ngiyahamba
Ngiyo funa umsebenzi
Mama ngiyo phanda
Ngiyo phanda umsebenzi
Umsebenzi, umsebenzi, umsebenzi
Umsebenzi, mina ngi funa umsebenzi
Umsebenzi, umsebenzi, umsebenzi
Ngiyo funa umsebenzi
[Verse 2]
Hayiduma ya tsamaya, inkinga ziphelile
Jabula we mmawami (Jabula)
Nge linye ilanga sizoba right
Yelele mama
[Pre-Chorus]
Oh mama, mama
Ngibonga uthando lwakho
Imfundiso zakho
Oh mama, mama
Ngibonga uthando lwakho
Kodwa manje ngiyahamba
[Chorus]
Mama ngiyahamba
Ngiyo funa umsebenzi
Mama ngiyo phanda
Ngiyo phanda umsebenzi
Umsebenzi, umsebenzi, umsebenzi
Umsebenzi, mina ngi funa umsebenzi
Umsebenzi, umsebenzi, umsebenzi
Ngiyo funa umsebenzi
[Chorus]
Mama ngiyahamba
Ngiyo funa umsebenzi
Mama ngiyo phanda
Ngiyo phanda umsebenzi
Umsebenzi, umsebenzi, umsebenzi
Umsebenzi, mina ngi funa umsebenzi
Umsebenzi, umsebenzi, umsebenzi
Ngiyo funa umsebenzi