Baleka Josefa lyrics

by

Ncandweni Christ Ambassadors


Hayi bo Josefa'Josefa (Babehlala ndawonye bephila ndawonye bedla ndawonye )
Bo Josefa bawo (Kanye ngokwaziwa)
Bo Josefa nkosi yam (Babehlala ndawonye bephila ndawonye bedla ndawonye )
Bo Josefa (Kanye ngokwaziwa)

Kwakumnandi ukuhlal kwabo (Babehlala ndawonye bephila ndawonye bedla ndawonye )
(Hail there i notify)
Kwakunobungcwele ukuhlala kwabo (Babehlala ndawonye bephila ndawonye bedla ndawonye )
Halelujah (Kanye ngokwaziwa)
Kwakumnandi ukuhlal kwabo (Babehlala ndawonye bephila ndawonye bedla ndawonyе )
Bo Josefa baba (Hail there i notify)

Lomfazi wamthanda uJosеfa
Kwaye kakhulu
Waze wamfisa
Entliziyweni yakhe

Hayi kodwa lomfazi
Ka Pothika
Luyangifica uthando lwakhe
Waze wambamba uJosefa

Kodwa uJosefa wabaleka
Ngoba engafunu ukuzingcolisa
Oh waze washiya
Idyazi yakhe
Ah baleka we Josefa (Baleka Josefa)
Baleka mfana wam (Ushiy'idyasi yakho)
Baleka mfana wami (Baleka Josefa)
Baleka mfana wam (Uzigcine wethembekile)

Ah baleka we Josefa (Baleka Josefa)
Baleka mfana wam (Ushiy'idyasi yakho)
Baleka mfana wami (Baleka Josefa uzigcine wethembekile)
Usomandla uku bhekile (Baleka)

Ah baleka we Josefa (Baleka Josefa)
Baleka mfana wam (Ushiy'idyasi yakho)
Baleka Josefa (Baleka Josefa)
Baleka ndodana yam (Uzigcine wethembekile)

Nawe mzalwane baleka (Baleka mzalwane)
Baleka mzalwane (Ugcin'ukholo lwakho)
Baleka mtakababa (Baleka mzalwane)
Baleka we mzalwane (Uzigcine wethembekile)

Nawe mzalwane baleka (Baleka mzalwane)
Baleka mzalwane (Ugcin'ukholo lwakho)
Baleka mtakababa (Baleka mzalwane)
Baleka we mzalwane (Uzigcine wethembekile)

Baleka (Baleka mzalwane)
Baleka mzalwane (Ugcin'ukholo lwakho)
Baleka mtakababa (Baleka mzalwane)
Baleka we mzalwane (Uzigcine wethembekile)
Baleka (Baleka mzalwane)
Baleka mzalwane wami (Ugcin'ukholo lwakho)
Baleka mtakababa (Baleka mzalwane)
Baleka we mzalwane (Uzigcine wethembekile)
A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #
Copyright © 2012 - 2021 BeeLyrics.Net